This is why ngingazwani nothando. I don't like being a popeye without my consent. Uthando doesn't recognise consent. Lento ingena ngekhishi iphume nge front, irounde ijaridi uhlezi uyibukele wena.
Heyi, fuck love, bruh

Heyi, fuck love, bruh



Bathe bathe uyaz'bamba, uthando luthi "kukwam la"
Self-respect? Out the window.
Pride? Le kwa msunu.
Wena? Popeye.
Heyi?!
Self-respect? Out the window.
Pride? Le kwa msunu.
Wena? Popeye.
Heyi?!


At first it doesn't look like you lost anything. Khona lomfutho weparaffin after the first few days/weeks/months of a break-up. Lapho you're floating on inkani. Nothing else. Inxeba lisavuza, but you're okay.
Phele iparaffin yenkani. Morena Jesu

Phele iparaffin yenkani. Morena Jesu



Zovuka ungalelanga. Wena ndlala, wena bthongo... HOUSE TO LET. Kusele wena nenxeba lakho. Ithini ipain during that time? Alifuthi inxeba lithi liyavutha

Ngelinye ilanga uthi maybe angiyehlise ivolume ya le pain. Thenge utshwala wena muntu omdala. Phuze uzwe ngathi kuyabohla. Phuze uzwe ngathi uDeborah Cox ukhuluma nawe. Phuze uzwe ngathi uzokuzwa umuntu wakho. Gone. Mgowo has unlocked a new level of rubbish 


Mntase, awudli. Awulali. Uzama uk'hleka kodwa akuhlekeki. Inxeba li outchea.
What a horrible place

What a horrible place



I'm so glad I can laugh about it now. Kwakungahleki once upon a time.
Nie meer.
Nie meer.
Yasazi ishleko esicala siphele emphinjweni? Siphinde sik'rhame ngoba uhlekelani intliziyo yakho imawokowoko.
Kwa msunu dat place
Kwa msunu dat place
