UKUNGCWABA:
Kuqala or endulo ngaphambi kokufika kwabelungu e Africa umuntu wayengangcwatshwa alaliswe but wayefihlwa ehleli, wayehlatshelwa inkomo nembuzi bese egoqwa ngesikhumba senkomo yakhe, agoqwe ngaso bese eboshwa ngezintambo all around maqede. . .
Kuqala or endulo ngaphambi kokufika kwabelungu e Africa umuntu wayengangcwatshwa alaliswe but wayefihlwa ehleli, wayehlatshelwa inkomo nembuzi bese egoqwa ngesikhumba senkomo yakhe, agoqwe ngaso bese eboshwa ngezintambo all around maqede. . .
afakwe emfantwini wedwala bese kuvalwa or kubekwe inkunzi yetshe for ukuvala iliba lakhe bese kuthi ngaphansi before abekwe kwakubekwa isikhumba sembuzi esasisho or simele ukufa kwembeleko yakhe emhlabeni bese kuthi esenkomo simele ukubamba ukunuka kwakhe uma eseqhunyelwe. . .
inyongo, wayedliwa izimpethu aze aphele ngaphansi or ngaphakathi kwesikhumba senkomo kunganukanga kwaphumela ngaphandle also babazi futhi ow’khokho ukuthi izimpethu azisidli isikhumba senkomo, kuyamangazake nokho ngoba we cant say lendlela yokubeka umuntu indlela yala. . .
Africa cos even natoday amaJuda kwa Israel asaphila usikompilo lwesiJuda olwehla noMose entabeni ngezibhebhe zamatshe ezaziqukethe imithetho eyayivela kuNkulunkulu ayefuna ukuthi abantu baphile ngayo nanamhlanje asangcwaba kanje, lento ifakazela. . .
ukuthi nathi impela thina ma Africans umsuka wethu before sehlele la e Africa sadabuka eMiddle East ngoba izinto eziningi ezenziwa amaJuda nathi siyazenza even thou ke sathi uma sehla njalo nezwe along the way sasesiziqalela amasiko ethu kancane kancane simhlubuka uJehova kodwa..
nje okuningi esikwenzayo nanamhlanje kusafana nokwenziwa amaJuda kaMose e.g imihlatshelo kaMvelinqangi uma sicela noma sibonga “weather showers” imihlatshelo yabantu besifazane uma bekuma periods abo, ukusoka kwabantu besilisa, indlela yokungcwaba etc so kwathi emva. . .
kokufika kwabelungu e Africa basishintshisa izinto eziningi esasizenza e.g sayekiswa ukudla ukudla okumila emhlabathini kwaphinde kwathiwa asisebenzise imali into engenziwanga uNkulunkulu but yenziwa izandla zomuntu nokunye nje okuningi okwaba yizozonke lezozinto ezenza ukuthi...
uNkukulunkulu asifulathele, so zabaningi izinto ezashintsha ezaziyisikompilo lwabaNtu including ukungcwaba, first of all wonke amasiko nemikhuba ekhona, konke kunezizathu why kwenziwa ngezindlela okwenziwa ngazo, so on this thread I’m explaining ukuthi umuntu wabe esengcwatshwa..
kanjani ngendlela entsha and why kwenziwa ngalendlela, ow’khokho emva kokufika kwabelungu babe sebengcwabana kanje. . . uma umuntu engcwatshwa wabe esegujelwa umgodi and the first thing that went emgodini kwakuba icansi bese kuba ibhokisi phezu kwecanci bese kuza bese kuza. . .
ingubo phezu kwebhokisi.
(A) The reason why kuqalwa ngecansi ngaphansi phezu komhlabathi ingoba icansi alidliwa izibungu futhi alidliwa inhlabathi or umhlabathi, ingalimbhela uligqibe kodwa uyolithola linjalo nje noma inini, yingakho nje lenziwa ngohlobo. . .
(A) The reason why kuqalwa ngecansi ngaphansi phezu komhlabathi ingoba icansi alidliwa izibungu futhi alidliwa inhlabathi or umhlabathi, ingalimbhela uligqibe kodwa uyolithola linjalo nje noma inini, yingakho nje lenziwa ngohlobo. . .
lotshani olubizwa ngokuthi incema, incema imila emhlabathini njengakhokonke okumilayo but ayidikhompozi emhlabathini, ukushabalala kwayo kuba ukusha nje kuphela cos even noma ingena emanzini ayiwamumathi amanzi, intanta nje ngaphezulu e.g uyithola. . .
isize yanqwabelana phezu kwemifula or ochwebweni lwemifula kunokuthi icwile or izike ishone phansi, amanzi agcina eseyikhiphele ngaphandle njengaso isidumbu somuntu asiminzi siyantanta nje amanzi agcine esesiphushele ochwebeni lomfula. . .
(B)The reason why kuza ibhokisi phezu kwecansi ingoba ibhokisi lenziwa ngogodo or ngeplangu “wood” ugodoke uma uligqiba ngaphani komhlabathi liyadikhompoza liphele nya lidliwe umhlabathi. . .
(C) The reason why kubekwa ingubo ngaphezulu ingoba ingubo nayo ayidliwa umhlabathi futhi ayidliwa izimpethu just like icansi or incema.
(D) The reason why isidumbu or umzimba ubekwa phakathi or in between icansi nengubo of which isidumbu siba phakathi kwendawo. . .
(D) The reason why isidumbu or umzimba ubekwa phakathi or in between icansi nengubo of which isidumbu siba phakathi kwendawo. . .
inside the coffin ingoba ow’khokho la babehlonipha isidumbu or umzimba womuntu osuke esefile kanje . . .
(E) Umuntu uma eseshonile or efile wagujelwa wafihlwa ngaphansi komhlabathi cos the more eshisa ngenxa yokuthi akunamonya ohamba ngaphansi komhlabathi is the more. . .
(E) Umuntu uma eseshonile or efile wagujelwa wafihlwa ngaphansi komhlabathi cos the more eshisa ngenxa yokuthi akunamonya ohamba ngaphansi komhlabathi is the more. . .
isidumbu sicinana singashay’wa umoya bese kuthi ingaphakathi lomuntu lifudumale a day by day kuze fukike lakhona inyongo yakhe iqhuma once yaqhuma inyongo ngaphakathi uyaqala abole and there more ebola is there more umzibha wakhe ukhanda izimpethu eziphinde. . .
zidle wona futhi lomzimba bese uphela kanjaloke “decomposes” so ke there more umzimbha uphela is there more slowly but surely nazo lezizimpethu zifa ziphela nazo cos now they wont be feeding from anything then the flash or inyama iyaphela nya bese kusala amathambo, amathamboke...
awadikhompozi aphila ingunaphakade so once inyama isiphelile edliwa izibungu kanye nomhlabathi kanjalo nebhokisi elidliwa umhlabathi kube sekusala amathambo awela phezu kwecansi ayohlala laphoke kuyoze kubuye inkosi uJesu bese kuthi ingubo iwele phezu kwamathambo iwambathise. . .
meaning at this point kuba icansi ngaphansi kube amathambo phezu kwalo bese kuba ingubo phezu kwawo, ngaleyondlelake ayahlonipheka amathambo omuntu osuke eseshonile okwaba indlela ow’khokho ababe sebefihla ngayo umuntu osengasekho ngenhloso yokumhlonipha ngenxa yokuthi. . .
babengafuni ukuthi amathambo akhe alale phezu kwenhlabathi aphinde ambhozwe yiyo futhi, ubukeke ubuhlakani uNkulunkulu akabupha ow’khokho bethu cos they were able to see or study a dead body kanye nomoya womuntu ongasekho ngaphandle kokuba nama lab nangesayensi yabelungu, ndlu. .
ensundu asizithandeni kanjalo nokwethu cos sizalwa izincitha buchopho abantu ababeyimbhumbhe nenvelo beyiqonda bejula ngokucwaninga besizwa uMdaliwakhokonke. THE END