Ake silungise siqondise isikhulumo la; Ukubonga idlozi or edlozini, uma uzokwenza umchimbi "wokubonga" either ubonga umsebenzi, imoto, promotion etc... Don't just say "uzobonga or wenza umsebenzi wokubonga" & live it like that as many tend to do.
But say something like or along these lines... "Nakhu okuhle osekuvelile ngakuthola e.g umsebenzi omusha, promotion etc esengithi ngakho ke anginenzele isithebe ke nindle niphuze nigiye ebese nandisa ningagcini la noma ngalokhu kuphela kodwa ngichela kuqubeke...
noma niqubeke ngokungipha noma ningenzele nokungaphezu kwalokhu eseningibusise ngakho kuqubeke kwande njalo." Reason being mawubonga or ubonga you basically mean usunele. Remember anything that's full is put aside, now nasedlozini kuyaye kube njalo kwesinye isikhathi.
As i always say ukuthi amadlozi ethu awafani, with some dlozi by saying "uzobonga" that might mean usunele awusafuni lutho. As far as i know human beings we always want more, we always want to grow, we always want better. So watch your words mawuzokwenza umchimbi lo woku "bonga."