Thokozani 🕯👏🏾 ✨

I would like to make a thread focusing on the PROS and CONS of using IMPHEPHO when you PHAHLA.

*thread*
Pros

•Yinhle uma uMsamu wasekhaya ungenankinga noma wawunenkinga wabese walungiswa.

•You can be able to light your candles, ushise impepho, uthandaze, uphahle, ucele inhlanhla osuke uyidinga. Konke kuzokukhanyela.
Cons

• If uMsamu wasekhaya wasetshenzwa noma unenkinga thizeni; uzothi ushisa impepho, uphahle, izinto zakho zibhede kakhulu kunakuqala.

• Esikhathini esiningi uma kusetshenzwa uMsamu, kusetshenziswa impepho ngoba bayazi ukuthi iyona ekuxhumanisa namaDlozi akho.
Light your candles, use snuif, uthandaze bese uyaphahla ucele inhlanhla, ukukhanya kuzoba khona still.

#StayHomeSaveLives

Thokozani 👏🏾👏🏾👏🏾
You can follow @GidaSibhekane.
Tip: mention @twtextapp on a Twitter thread with the keyword “unroll” to get a link to it.

Latest Threads Unrolled: